Noctem Audio
Sjava - Angik'deli

Sjava - Angik'deli

Size : 5.37MB
Sample Rate : 320Kbps



Download MP3


[Intro]
More and more

[Chorus]
Kugijim' igazi mawungthinta ngiyashisa
Inhliziyo ishaya ngamandla mawungibamba uyayizwa
Imizwa ixoxa indaba
Thula uzoyizwa
Kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
Inhliziyo ishaya ngamandla mawungibamba uyayizwa
Imizwa ixoxa indaba
Thula uzoyizwa
Ith' angik'deli
Ith’ angik'deli
Ith' angik'deli
Ith' angik'deli
Asiphinde futhi

[Verse 1]
Ngizwe ngathi ngishawa ugesi
Ngihanjelwa ingqondo kube ngathi ayisebenzi
Ungisemafini, cloud nine
Ngibhema ngikholwe ngawe, I'm high
Ngicela this feeling ungayizwisi omunye
Ngicela this magic ungayiniki omunye
Usu ngonile , ngami kuphelile
Kuyothathis' khathi omuny’ umuntu angenze ngizizwe kanje
Baby please, ngiyakucela
Don’t ever take this feeling away from me
Baby please, ngiyakucela
Don't ever take this feeling away from me

[Chorus]
Kugijim’ igazi mawungthinta ngiyashisa
Inhliziyo ishaya ngamandl' mawungibamba uyayizwa
Imizwa ixoxa indaba
Thula uzoyizwa
Kugijim' igazi mawungthinta ngiyashisa
Inhliziyo ishaya ngamandl' mawungibamba uyayizwa
Imizwa ixoxa indaba
Thula uzoyizwa
Ith’ angik'deli
Ith' angik'deli
Ith' angik'deli
Ith' angik'deli
Asiphinde futhi
Asiphinde baby

[Bridge]
Yazi ungithinta kamnandi
Ungipha kamnandi (Oh oh oh)
Every time I come...

[Verse 2]
Ngathi ngingahlala ngingahambi
Ngathi ngingakipita
Ngidub' ikhaya
Vele love is blind wayibona lento uZamar
Woza baby siyolala emaweni
Sibuke uNyezi siqamele ematsheni
Ngikuthembise zonke ley' nkanyezi
Kuse khaya uyohlobise' baleni
Noma baby singalala emaweni
Sibuke uNyezi siqamele ematsheni
Ngikuthembise zonke ley' nkanyezi
Kuse khaya uyohlobise' ebaleni
Grrr qeh

[Chorus]
Kugijim' igazi mawungthinta ngiyashisa
Inhliziyo ishaya ngamandl' mawungibamba uyayizwa
Imizwa ixoxa indaba
Thula uzoyizwa
Kugijim' igazi mawungthinta ngiyashisa
Inhliziyo ishaya ngamandl' mawungibamba uyayizwa
Imizwa ixoxa indaba
Thula uzoyizwa
Ith' angik'deli
Ith' angik'deli
Ith' angik'deli
Ith' angik'deli
Asiphinde futhi


Share

Recommended Songs

Confession

Sjava - Topic

Sjava - Ek'seni

Ambitiouz Entertainment

Intombi yami

Sjava - Topic

Ujesu feat. Howard

Sjava - Topic

Xola feat. Nue_Sam

Sjava - Topic

Sjava intombi

Akwande Nxumalo