Noctem Audio
Xola feat. Nue_Sam

Xola feat. Nue_Sam

Size : 4.17MB
Sample Rate : 320Kbps



Download MP3


[Chorus]
Xolis' inhliziyo yakho
Ngiyaz' ubumthanda xola mnganami
Xolis' inhliziyo yakho mnganami
Ngiyaz' ubumthanda xola mnganami
Xola xola xola xola
Xola mnganami xola mnganami
Xola xola xola xola
Xola mnganami
Ngiyaz' ubumthanda

[Verse 1: Nue_Sam]
Mngani wami bamb' isandla sami
Bengingathandi nami uma usukhala njalo
Ngizwile bethi udlale ngothando lwakho
Ukuhlephulile ukuphul inhliziyo yakho
Amantombazana ubewashintsha-shintsha
Okwamasokisi wena nje ubekungcolisa
Benihlezi nixabana ubehlezi exolisa
Kwasekuqaleni lento ibisolisa
Lamanxeba akho ngizowapholisa
Noma uthe uwile ngiyazi ubuphosisa
Uthe uyakuthanda kodwa ubekukhohlisa
Ubehlezi ekukhalisa wena ubumjabulisa nje
Impumputhe uthando lwakho akalubonanga
Noma belusinda akaluphathanga
Noma mhlambe ube nenkinga akuthandanga
Bengimshayel' ucingo akalubambanga
Xola mnganami ngyazi ubumthanda
Kepha kunini ekudlala um'bamba?
Kunini ekukhalisa umxolela ekshaya?
Impela ubumthanda kepha ubuzophambana

[Chorus]
Xolis' inhliziyo yakho
Ngiyaz' ubumthanda xola mnganami
Xolis' inhliziyo yakho mnganami
Ngiyaz' ubumthanda xola mnganami
Xola xola xola xola
Xola mnganami xola mnganami
Xola xola xola xola
Xola mnganami
Ngiyaz' ubumthanda

[Verse 2: Nue_Sam]
Xola mnganami ngiyaz ubumthanda
Kepha phela ubusuhlezi ukhala
Uhlezi umbamba namantombazana
Nezandla zakho besezihlezi zibanda
Kudala ngilindile ukuthi uzomshiya nihlukane
Besenihlezi nixabana ningqubuzana
Ngyabona benizogcina ngokubulalana
Kona impela beningasoze niphilisane
Ubekukhafulela ekubiza ngamagama
Beniphikisana beningahambiselani
Benijikisana beniqophisana
Bekungekho ngisho kwakusizana
Noma kuba uhlalile bekusazofana
Ngyabona mina ubengasoze ashintshe lomfana
Usitshela ukuthi ulubambo lwakho
Usimoshile iskhathi sakho
Kodwa phela lunjalo uthando
Mtshele ayibuyise leyo nhliziywana
Nothing for mahhala, niks mapha
Xola mnganami akasale esesala

[Chorus]
Xolis' inhliziyo yakho
Ngiyaz' ubumthanda xola mnganami
Xolis' inhliziyo yakho mnganami
Ngiyaz' ubumthanda xola mnganami
Xola xola xola xola
Xola mnganami xola mnganami
Xola xola xola xola
Xola mnganami
Ngiyaz' ubumthanda


Share

Recommended Songs

Linda

Sjava - Topic

Dumelang feat. Blaq Diamond

Malome Vector - Topic

Uyay'khohlisa

Sjava - Topic

Uvalo

Sjava - Topic

Isibhamu

Sjava - Topic